"Uze Ungakhohlwa " by Lungelo Ntombela

  • 0

Preferred Band/Artist: The Soil

Verse 1:
Sthandwa sami sekuneminyaka eminingi uphila kimi
kodwa ngibuka indlela esesizohlukana ngayo ngoba usuyahamba
Ungishiya nobani? ngoba akekho omuntu oyoke afane nawe
futhi akekho umuntu oyoke enze njengawe
akekho onothando lwakho
Ukungiphatha kabi ukuthi mhlawumbe angeke sisaphinde sibonane kodwa
ngicela ungenzele isithembiso

Bridge:
Ngoba angikaze ngaze ngakhohlwa nguwe
Kuzo zonke lezinto esesidlule kuzo
angiboni ukuthi ngiyoke ngikhohlwe nguwe
sengihlulekile!

Chorus:
Uze ungakhohlwa yimi
kukho konke esesidlule kukho,
neminyaka esiyichithile sibabili
Uze ungakhohlwa yimi

Verse 2:
Akekho omunye umuntu oyoke afane nawe
ubuyisiqalo uyisiphetho empilweni yami
noma uhamba kukuhle kungenankinga
kusangiphatha kabi
Ngiyohlala ngikucabanga mihla yonke, uma kungalungi phambili ubuyele
emumva, ngoba siyohlala sikhona esakho iskhala
ngiyohlala ngikuthanda
Uyazi nawe ngiyafisa uphumelele, uma ukuhamba kuzokusiza kumele ukwenze
noma ubuhlungu busazongivusa ebusuku ngilele, kuzogcina kudlulile

Bridge:
Ngoba angikaze ngaze ngakhohlwa nguwe
kuzo zonke lezinto esesidlule kuzo
angiboni ukuthi ngiyoke ngikhohlwe nguwe
Sengihlulekile.

Chorus:
Uze ungakhohlwa yimi kukho konke esesidlule kukho okuningi,
neminyaka esiyichithile sibabili,
uze ungakhohlwa yimi. x2

English Translation:

Verse1:
My love we have spent a lot of times together
But I'm worried about the separation situation that might happen
Since you're leaving
today
Who is going to be there for me now because there's no one else like you
And no one can ever do the way you do
No one can ever love me the way you did
What kills me the most is the fact that maybe we will never be together
But I need you to make a promise for me
Please do not forget me

Bridge:
Because I have never forgotten you
through all the things we have come across
I don't think I will ever forget you
I tried but couldn't survive

Chorus:
Please don't forget about me
Through all the things we have passed
And the years we have spent together
Please don' forget about me

Verse2:
There can never be any person like you
You were the start and the end
In my life, every thought you're leaving without a problem
It still bothers me
I will think about you daily
If things don't work out where you going
Please return to where you came from because you space will always
Waiting for you, I will always love you
You know I do want to see you getting successful
If leaving is the
Only option then do it
It is painful but I'll be ok

Bridge:
Because I have never forget about you
Through all the things we have
Passed, I don't think I will ever forget you
I tried but I couldn't
Survive

Chorus
 

lyricMap homeMap


Teken in op LitNet se gratis weeklikse nuusbrief
. | Sign up for LitNet's free weekly newsletter.

  • 0

Reageer

Jou e-posadres sal nie gepubliseer word nie. Kommentaar is onderhewig aan moderering.


 

Top