"Indaba Yomhlaba " by Lungelo Ntombela

Preferred Band/Artist: Soil

Verse 1:
Kunesifiso ebengifuna ukusifeza,
Kancane kancane ngilokhu ngizama ngihluleka,
kodwa ithemba belikhona
bengikhuleka kusomandla.
Kade bekhona ebebezama ukungilekelela,
kodwa abanye bebengibuka bengihleka,
Bethi angeke ngiphumelele,
kodwa namhlanje badangele.

Chorus:
Manje kunendaba engifuna engifuna ukuyitshela umuhlaba,
Mina kunendaba engifuna ukuyitshela umhlaba.
Lalelani, lalelani
lalelani, lalelani.

Verse 2:
Ngike ngahlala ngingawutholi umsebenzi, ngikhala njalo ngenxa yempilo yokuswela,
kwakuyisikhathi esinzima, sasingakafiki esami iskhathi.
Ithemba lami kwakungelona elokudlala, unkulunkulu wayiphendula imithandazo,
Iphupho lami lafezeka,
ukuhlupheka kwangishiya.

Chorus:
Kunendaba engifuna ukumele ngiyitshele umuhlaba,
Kunendaba okumele ngiyitshele umuhlaba.
Lalelani, lalelani,
lalelani, lalelani.
X2

English Translation:

Verse1:
I had a dream that I wanted to accomplish
Slowly and slowly trying but failing
the hope was there and I strongly prayed to the god
I had friends who were willing to help me but I also had enemies who
Were laughing at me, telling me that I won't make it
But today they are disappointed at the end

Chorus:
I have story that I want to share with the world
I have a story that I want to share with the world
So please listen, listen
Listen, listen

Verse 2:
I was forced to stay at home because I could not find a job
Crying everyday because I had nothing, those were the tough times for
me and it surely was not my time
My hope was not for fooling around
God fulfilled my prayers and my dream came true
so I had to stop struggling

Chorus:
I have a story that I want share the world
I have a story that I want to share with the world
So please listen, listen
Listen, listen
 


lyricMap homeMap


Teken in op LitNet se gratis weeklikse nuusbrief
. | Sign up for LitNet's free weekly newsletter.

Reageer

Jou e-posadres sal nie gepubliseer word nie. Kommentaar is onderhewig aan moderering.


 

Top